Khaya Lam’ is the new and latest SA music song by DJ EX featuring Sacred Soul.
GENRE: Afro Soul || FORMAT: Mp3 || QUALITY: 256 Kbps || YEAR: 2020 || SIZE: 7.0 MB
LYRICS
Khaya lami, khaya lami,
[Verse 1]
Unginika lonk’uthando lakho
Ungikhusela lapho ngihamba khona
uma kumnyama wena uyakhanyisa
ngakho angizukwesaba luthoShona malanga ngikhumbul’ikhaya lami
Hamba zinsuku ngiyobona abazali bami
Hamba zinsuku ngikhumbul’ikhaya lami
Lapho ngingezukuswela lutho[Pre-chorus]
Ngibong’ indlel’ ongiphethe ngayo
Ngibonga izimfundiso zakho
Ngibong’ indlel’ ongphethe ngayo
Ngibonga izimfundiso zakho[Chorus]
Ngibong’ indlel’ ongthanda ngayo
Ngibong’indlel’ ongthanda ngayo, ngayo!
Ngibong’indlel’ ongthanda ngayo
Ngibong’ indlel’ ongthanda ngayo, ngayo![Verse 2]
Namhla anginakh’ ukwesaba ( Namhla anginakh’ukwesaba)
Mangibona sekunjena, uthando lakho khaya
Lingiphil’ukukhanya
Ngihambile, ngibonile, kodwa akekho ofana nawe!
Amathafa nezintab’ ezikude, ey
Zingimele zithi wen’ ukude
Nginethemba mama, ngikhulile baba
Ngikhumbula lonk’ uthando lakho[Pre-Chorus]
Ngibong’indlel’ ongphethe ngayo
Ngibonga izimfundiso zakho
Ngibong’indlel’ ongphethe ngayo
Ngibonga izimfundiso zakho[Chorus]
Ngibong’indlel’ ongthanda ngayo
Ngibong’indlel’ ongthanda ngayo, ngayo!
Ngibong’indlel’ ongthanda ngayo
Ngibong’indlel’ ongthanda ngayo, ngayo!Yebo ngiyazi akukho lula mama,
Nal’uthando alukho lula baba,
Ukubamb’uyeka, ukuqinisela,
Kukho konke benizimisela